-nyanga
Ummomo
IsiZulu
[hlela]uMsukagama
[hlela]Elithi nyanga liyisenzo esivela olimini olwanduelal isiNtu kwelithi *nganga
Isenzo
[hlela]-nyanga: inkathi edlule-nyangile : impambosi yokwenziwa nyangwa : impambosi yokwenzeka nyangeka : impambosi yokwenzela nyangela : impambosi yokwenzana nyangana : impambosi yokwenzisa nyangisa : impambosi yokwenzisisa nyangisisa.
- Ukunyanga isenzo sokukwelapha, ukuphilisa umuntu ngamakhambi, imishanguzo, ukumbopha amanxeba, ukujova njll
- Esibhedlela saseThekwini banyanga ngempela
- at a hospital in Durban they know how to cure
- Esibhedlela saseThekwini banyanga ngempela
- ukuba nobuchwepheshe emsebenzini, ubungcweti
- Uyawunyanga lomsebenzi awunikiwe
- she shows expertise at this job
- Uyawunyanga lomsebenzi awunikiwe