Jump to content

-qhakaza

Kubuya ku Wiktionary

IsiZulu

[hlela]

uMsukagama

[hlela]

Elithi qhakaza liyisenzo esivela kusenzukuthi esithi qhaka

Isenzo

[hlela]

-qhakaza: inkathi edlule -qhaazile : impambosi yokwenziwa -qhakazwa : impambosi yokwenzeka -qhakazeka : impambosi yokwenzela -qhakazela : impambosi yokwenzana -qhakazisana : impambosi yokwenzisa -qhakazisa.

  1. Ukunyekeza nokwambuleka kwembali
    • ihlobo silibona ngokuqhakaza kwezimbali
      summer is seen when flowers burst forth
  2. Ukucwazimula ngokucwebezelayo, ukukhanya kakhulu
    • ilanga liqhakaze kakhulu namuhla
      the sun is very bright today
  3. Ukuba muhle kakhulu noma ukuba nolwangu oluphawulekayo
    • izintombi zakwaNongoma ziqhakaza ubuhle
      KwaNongoma girls always show thier beauty

Amagama asuselwa kulo

[hlela]

Izihumusho

[hlela]