Jump to content

Isicikizi

Kubuya ku Wiktionary

IsiZulu

[hlela]

uMsukagama

[hlela]

Elithi isicikizi livela esenzweni ukucikiza elinomqondo wokubhala, ukucikica kanye nokubala izibalo ngokwamanani nemininingwane ukuze uthole isixazululo

Ibizonto

[hlela]

Isicikizi (ubuningi izicikizi)

  1. Isiklamo esihlelelisekayo sokubala nokuqaqulula izibalo nemigidingo yomhluzamqondo, esikwazi ukudludlunga, ukuqoqonga nokuhosha amanani amakhulu imininingo ngokushesha
    • ngichitha amahora ayisithupha ngosuku ngisebenza ngesicikizi
      I spend around 6 hours a day at the computer'
      uDavide ungungoti wesicikizi
      David is a computer expert
      uNelisiwe usebenza esitolo sezicikizi
      Nelisiwe works at the computer store

Ukusetshenziswa

[hlela]

Elithi isicikizi liyibizo lesiZulu elihumusha elithi isicikizi ngokufanele, alifani negama eliwumfakela elithi ikhompyutha elingenawo umqondo ngesiZulu, futhi lishaya khona kunelithi isiqoqelwazi.

Amabizo amqondofana

[hlela]

Isibaleli, isiqaqululi

Amagama asuselwa kulo

[hlela]

Umcikizi, Inzululwazi yesicikizi, ukucikizela efwini

Amagama ahlobene

[hlela]

Ukucikiza, umcikizo,

Izihumusho

[hlela]

Imithombo yolwazi

[hlela]