Jump to content

inkathi

Kubuya ku Wiktionary

IsiZulu

[hlela]

uMsukagama

[hlela]

Elithi inkathi livela olimini olwandulela isiNtu kwelithi *kati

Ibizosimo

[hlela]

inkathi (ubuningi izinkathi)

  1. ubude besithuba kusuka kumzuzwana kuya ekuphileni kwabantu abathile, kungaba izinyanga, iminyaka njll
    • ubuye futhi ekupheleni kwenkathi ebekiwe
      come again after the prescribed period
  2. umgamu oyinto engumongo. njengenkathi yasebusika, inkathi yethusi
    • inkathi yeSilo uShaka yayinezenzakalo eziningi
      the age of King Shaka was full of many events

Amabizo amqondofana

[hlela]

isikhathi, ikhathi, isithuba

Amagama ahlobene

[hlela]

Amagama asuselwa kulo

[hlela]

Imithombo yolwazi

[hlela]