isigudiso
Appearance
Isigudiso
[hlela]umsuka
[hlela]isilibazintu
[hlela]kud
- ukuphala
KwisiNguni
[hlela]guda < kud
[hlela]- ukusenga inkomo ngaphandle kokuvumela ithole ukuthi lincele.
- ukukhama inkomo ubisi [ukusenga inkomo kuze kufinyelele lapho khona sekungasaphumi ngisho nechosi]
- ukubuza imibuzo ngokukhenyezela ukuze uthole izimfihlo.
- ukuguduza iziqukathi.
- ingxoxo lapho oyedwa ebuzwa imibuzo
- inhlolokhono
- ingxoxokuhlolwa