umzulane
Ummomo
IsiZulu
[hlela]
uMsukagama
[hlela]Elithi umzulane livela esenzweni esithi ukuzula
Ibizonto
[hlela]umzulane (ubuningi imizulane)
- Noma iyiphi indikimba esemkhathini ezungeza ilanga, ezulazula emazulwini
- uzungezohlelo lweLanga lunemizulane eyisiphohlongo
- the solar system has eight planets
- uzungezohlelo lweLanga lunemizulane eyisiphohlongo
- Indikimba esemkhathini enesisindo esanele sokuba imbulunga, kodwa ayinayo ingxubano yenuzi, ezungeza inkanyezi noma izinkanyezi; uzungezohlelo lweLanga luqukethe imizulane ebizwa ngokuthi uNomjubane, uNokhwezi, uMhlaba, uNotshezi, uMkhulukhulwana, uNomaxhama, uNomakhekheba, kanye noNolundwa.
- umhlaba ungumzulane ngoba uzungeza ilanga
- earth is a planet because it orbits the sun
- umhlaba ungumzulane ngoba uzungeza ilanga
Amabizo amqondofana
[hlela]uzulane,
Amagama asuselwa kulo
[hlela]umzulendle