VUMANI DLADLA
THEMBA LAMI
THEMBA LAMI muntu wami bambo angisasweli namagama engingakubiza ngawo nkosazane enhle
Mina ngifunde kuningi kuwe kanye naspthandweni LAMI nawe cthandwa sami ngifisa ukwedlulisa ukubonga ngoba usungishiyile ngithi kuwe ngiyabonga ngokungifundisa inhlonipho kanye no thando kanye nokubekezela okuningi ngikufundiswe nguwe okunye ukutholile kimi akade ngizama ngakho ukukukhombisa uthando bengiswela amandla okukukhombisa uthando besengifisa nokuya emthola mpilo ngiyokhishwa inhliziyo yami uyibone ngamehlo okuncono uzibonele wena ukuthi bengikuthanda kanjn inhliziyo yami iyagobhoza igazi ungizwisile ubuhlungu kweyami inhliziyo uyibulele kodwa ngihlale phansi ngacabanga ukuthi akukho okuhlula ukwamkela ngithi hamba ntokazi
Uyofuna okwakumele engabe kade wabathola empilweni yakho ntokazi ngithi hamba nkosazane uyothola uthando owawuzitshela ukuthi uzolithola kimi ngiyaxolisa kodwa ukukubambezela ngempilo ngicela ungixolele ayidle iyishiyele