fusa
Appearance
Fusa
[hlela]Ibizo
[hlela]- ibala eliphuphile esikhujeni
- indawo ebijwayele ukulinywa kodwa manje esingasanakiwe.
Isenzo
[hlela]- ukusetshenziswa kwentuthu uku:
- ukufutha ngenhloso yokubulala izinambuzane.
- ukomisa inyama ibe umqwayiba ngenhloso yokuvimbela ukubola futhi ukuthi ihlale isikhathi eside.
- ukuphuphisa umbala.
- ukubeka umuntu isibazi.
- ukuqhwika umsebenzi wesiGele.
Ukuhunyushwa
[hlela]- isiNgisi