Jump to content

imvubu

Kubuya ku Wiktionary
Wikipedia logo
Wikipedia logo

Ibizo

[hlela]

Imvubu (ubun izimvubu)

  1. Isilwane esikhulu esiyisincelisi esithanda ukubhukuda emathantaleni
    • Imvubu ithanda imifula namachibi neziziba
  2. Isitswebhu noma isibhaxu esikhandwe ngesikhumba semvubu
    • UBaba uzobabhaxabula ngemvubu
  3. Umuntu onomzimba omkhulu kakhulu

Amabizo amqondofana

[hlela]

Ingexe, Isibhaxu, Isitswebhu, Umcilikisho

Amagama asuselwa kulo

[hlela]

Umlalamvubu, Imvubumvubu, Umswani wemvubu, Umhlabamvubu

Amagama okuhlonipha

[hlela]

Incubu

Ukuhunyushwa

[hlela]