ubuntu
Ummomo
IsiZulu
[hlela]Ibizosimo
[hlela]ubuntu
- Igama elisho isimo sokuba khona, ukuba ingxenye yoluntu noma ukuba umuntu, ngokuphambene nokuba yinto noma isilwane, lesi simo siboniswa ngokuziphatha phakathi kwabanye abantu
- Imfundiso yokuziphatha yaseNingizimu Afrika, ehlozinga ubudlelwane obuphakathi kwabantu naphakathi kwabantu nesimondawo semvelo
- Imfanelo yokuba nomusa: izinkondolo zomdwambu womuntu; izimfanelo zokuba umuntu okhathalela abanye.
- Ukukhathalela nokuzwela abasebunzimeni, isihe.
Amagama asuselwa kulo
[hlela]- injulalwazi yobuntu
- ihlelomgidingo Ubuntu
- umchazathixo wobuntu