umoya
Appearance
IsiZulu
[hlela]ubhalo oluhlukile
[hlela]Ummoya (immoya)
uMsukagama
[hlela]Elithi umoya livela olimini olwandulela isiNtu kwelithi *mʊ̀jòjà, eliwumxhantela welithi *mʊ̀jòjò
Ibizonto
[hlela]umoya (ubuningi imimoya)
- uphefu oluphefumulwa iziphili, ezilukhipha futhi zilufake emzimbeni ukuze ziqhubeke ziphila
- ukuphuma komoya wakhe kuzoba ukufa kwakhe
- losing his breath will be his death
- ukuphuma komoya wakhe kuzoba ukufa kwakhe
- ukuphephetha komhelezo noma isivungu, okunyakazisa imithi lususe uthuli
- unamandla lomoya wesivungu
- this stormy wind is powerful
- unamandla lomoya wesivungu
- isikhala esiphakathi komkhathinga nomhlaba, ngaphezu komhlaba kumoyambulunga
- izinyoni nezindiza zibhabha emoyeni
- birds and aircrafts fly on air
- izinyoni nezindiza zibhabha emoyeni
- ingxenye kaThixo engumdwambu wesithathu emva kukaYise neNdodana
- amakholwa agcwele umoya ongcwele
- believers are filled with holy spirit
- amakholwa agcwele umoya ongcwele
- isimo esizungezile somuzwa onomthelela kubantu ngokwempilo, ukuziphatha, nesimo sezulu
- abantu bakulendawo banomoya omuhle
- umuntu onomoya omubi angakuthakatha
- ukuguquka komoya wezwe kubikwa inhlekelele
Ukusetshenziswa kwalo
[hlela]Elithi umoya libuye lisetshenziswa nalapho kukhulunywa ngomphefumulo.
Amagama asuselwa kulo
[hlela]umoyambulunga, umoya wentombi, umoya wovungu, umoyomnandi, umoyushisa, umoya ongcwele, isingamoya